Ngenze umsebenzi omningi phakathi kwabantu, namazwi engiwakhulume ngalesi sikhathi maningi. La mazwi angenxa yensindiso yomuntu, kanti akhulunywa ukuze umuntu afanelane Nami. Noma ngizuze abantu abambalwa emhlabeni abafanelana Nami, ngakho ngiyasho ngithi umuntu akawenzi igugu amazwi Ami, ngoba umuntu akafanelani nami.
Jesus’ Salvation
2/11/17
2/10/17
Umsebenzi kaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, kanye NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe III
Lokhu kuhlanganyela okwahlukahlukene kuye kwaba nomthelela kuwo wonke umuntu ngamunye. Njengamanje, abantu sebengakwazi ngempela ukuzwa ubukhona bukaNkulunkulu ngokweqiniso futhi empeleni uNkulunkulu usondelene kakhulu nabo.
Akekho Umuntu Osenyameni Ongabalekela Usuku Lolaka
2/9/17
UNkulunkulu uQobolwakhe, iNgqayizivele Igunya likaNkulunkulu (I)
Izintshumayelo zami eziningana ezedlule bezimayelana nomsebenzi kaNkulunkulu, isimo sikaNkulunkulu, kanye noNkulunkulu uQobolwakhe. Emuva kokuzwa lezi zingxoxo uzwa sengathi uzuze ukuqonda nolwazi ngesimo sikaNkulunkulu? Ukuqonda nolwazi olungakanani? Ungaba nesibalo salokho? Lezi zintshumayelo zikunikile ukuqonda okujulile ngoNkulunkulu?
2/8/17
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)